Ngvote kwa Nongoma ezindlini zomkhandlu wakwa Nongoma Local Municipality ngijabule kabi Phumlane S Mbatha Mrozawangempela Ukhozi FM Official 📻 #UkhoziFMVABS
#UkhozifmVABS
Ningahleki ke kakhulu 😀 ngivotile nami Ogwini Comprehensive School, bekumnandi kuna leya feeling engachazeni 🤗 masufaka u X❌ Phumlane S Mbatha Mrozawangempela Ukhozi FM Official 📻
#ukhozifmVABS
Phumlane S Mbatha
Mrozawangempela
Ukhozi FM Official 📻
Sphongolish Dladla
Good morning team
Nibingelelwa umvoti oqavile
🙋♂️❤️🔥✅
Abaphile abantu Estcourt EMTSHEZI
Ubani omufisela #HappyBirthday namhlanje?
🥳🥳🥳
Sithumele iVN-071 613 666 7
#UkhoziFM VABS #VABS #UkhoziFM
Ngvote kwa Nongoma ezindlini zomkhandlu wakwa Nongoma Local Municipality Phumlane S Mbatha Mrozawangempela Ukhozi FM Official 📻 #UkhoziFMVABS
#ukhozifmvabs Phumlane S Mbatha Mrozawangempela Basakazi nam ngivote kahle laphaya eSoweto eMndeni EMseni iskole dankie Ukhozi FM Official 📻
Mrozawangempela
Phumlane S Mbatha
Asisavotanga ke Ekwandeni Primary School kuphele ama ballots paper umbuzo uthi kanjani benayo voters registration list,IEC kumele uchaze ukuthi isiphi isidingo sokuthi kubhaliswe baphinde balethe izinto ezishodayo?💔😭
Ukhozi FM Official 📻
#UkhoziFMVABS
Ezweni Sakhile #UkhoziFM GBV365
Ake sizwe kabanzi ngodaba oluthinta abesifazane ababili abasebenza ezitolo ezidayisa igrocer abakhala ngokuhlukunyezwa ngokufunwa ucansi ngabaphathi emsebenzini. Sikhuluma noSiphindile Mahintsho.
#UkhoziFM VABS #VABS #UkhoziFM #AfrikaYami
Sihalalisela u-Siqiniseko Mpontshane ongumfundi wase Mandla Mthethwa School of Excellence ophume isibili kumncintiswano obubanjelwe e-Indonesia.
#UkhoziFM VABS #VABS #UkhoziFM #AfrikaYami #30YearsOfDemocracy